Ukubaluleka kosiko lokuhlonipha lubalulekile ngoba ukuhlonipha kwenza sikwazi ukuphilisana njengabantu ezweni. Ngaphandle kwenhlonipho angeke sakwazi ukuphila, abantu bangahlale belwa beshayana, ngisho esikoleni kumele uthisha nomfundi bahloniphane, ukuhlonipha akukhona ukubingelela kuphela kodwa ukuhlonipha kuchaza futhi ukulandela imithetho ethile, njengokungachami emphakathi, ukulalela wenze okutshelwayo nakho kusangukuhlonipha.
Umuthi wokuphasa wokuhlakanipha esikoleni
Grade 12 Matric whatsapp groups
| Comments | |
| Ngabe unayo imibuzo? or ama comments ngale article engenhla? | |
| |